Ngalelo hora kwenzeka indaba ngoNebukadinesari, waxoshwa kubantu, wadla utshani njengezinkabi, nomzimba wakhe waba manzi ngamazolo ezulu, zaze zakhula izinwele zakhe njengezimpaphe zokhozi, nezinzipho zakhe njengezinyoni ’izidladla.
ULevitikusi 1:16 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kumelwe akha isivuno sawo kanye nezimpaphe zawo, akuphonse eceleni kwe-altare, ohlangothini olusempumalanga, endaweni yomlotha. IBHAYIBHELI ELINGCWELE asuse ingila nezimpaphe, akulahle ngaseceleni kwe-altare ngasempumalanga endaweni yomlotha, IsiZulu 2020 Uyosusa ingingila nokuphakathi kuyo nezimpaphe zawo akuphonse ngasempumalanga ye-althare, endaweni yomlotha. |
Ngalelo hora kwenzeka indaba ngoNebukadinesari, waxoshwa kubantu, wadla utshani njengezinkabi, nomzimba wakhe waba manzi ngamazolo ezulu, zaze zakhula izinwele zakhe njengezimpaphe zokhozi, nezinzipho zakhe njengezinyoni ’izidladla.
Inkunzi yomnikelo wesono nembuzi yomnikelo wesono okugazi lazo langeniswa ukuze kwenziwe isihlawulelo endlini engcwele, kumelwe akukhiphele ngaphandle kwekamu; bashise izikhumba zazo nenyama yazo nomswani wazo ngomlilo.
Ngisho nenkunzi yonke kumelwe ayikhiphele ngaphandle kwekamu endaweni ehlanzekile lapho kulahlwa khona umlotha, futhi kumelwe ayishise phezu kwezinkuni ngomlilo; lapho okulahlwa khona umlotha, kumelwe ashiswe.
noma ethole obekulahlekile, aqambe amanga, afunge amanga ngakho; kuzo zonke lezi zinto umuntu azenzayo ngokona kuzo.
Ingelosi yaphendula, yathi kuye: “UMoya oNgcwele uzakuza phezu kwakho, namandla oPhezukonke akusibekele;
ngokokwazi ngaphambili kukaNkulunkulu uBaba ngokungcweliswa kukaMoya, kube ekulaleleni nasekufafazweni kwegazi likaJesu Kristu: Makwandiswe kini umusa nokuthula.