Bheka iZiyoni, umuzi wemikhosi yethu; azikho izinduku zakhe eziyosuswa, nezintambo zakhe aziyikugqashulwa.
UJoweli 3:20 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa uJuda uzaphila kuze kube nininini, leJerusalema izizukulwane ngezizukulwane. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha uJuda uyakuhlala kuze kube phakade, neJerusalema ezizukulwaneni ngezizukulwane. IsiZulu 2020 Kepha uJuda uyakuzinza kuze kube phakade, neJerusalema liyakuba khona izizukulwane ngezizukulwane. |
Bheka iZiyoni, umuzi wemikhosi yethu; azikho izinduku zakhe eziyosuswa, nezintambo zakhe aziyikugqashulwa.
Bayakuhlala ezweni engalinika inceku yami uJakobe, ababehlala kulo oyihlo; bayohlala kulo, bona nabantwana babo nabantwana babantwana babo kuze kube phakade; inceku yami uDavida izakuba ngumbusi wabo kuze kube nininini.
Ngiyakubatshala ezweni labo, bangabe besasishulwa ezweni labo engibanike lona,” usho uJehova uNkulunkulu wakho.