UJoshuwa 8:26 - Contemporary Zulu Bible 2024 UJoshuwa akasibuyisanga isandla sakhe ayewelule ngaso umkhonto, waze wababulala bonke abakhileyo e-Ayi ngesiqalekiso. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJoshuwa akabuyisanga isandla sakhe awelula ngaso umkhonto, engakaqothuli bonke abakhileyo e-Ayi. IsiZulu 2020 UJoshuwa akasifinyezanga isandla sakhe, wayelokhu eselulile siphethe inkemba, waze wazibhubhisa zonke izakhamuzi zase-Ayi. |
Sayithatha yonke imizi yakhe ngaleso sikhathi, sashaya abesilisa nabesifazane nabantwana bayo yonke imizi ngesiqalekiso; asinamuntu osele.
UJehova wayesethi kuJoshuwa: “Yelulela umkhonto osesandleni sakho ngase-Ayi; ngokuba ngiyakuwunikela esandleni sakho. UJoshuwa welulela umkhonto owawusesandleni sakhe ngasedolobheni.