UJoshuwa 8:23 - Contemporary Zulu Bible 2024 Bayibamba inkosi yase-Ayi iphila, bayiyisa kuJoshuwa; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Inkosi yase-Ayi bayibamba isaphila, bayiyisa kuJoshuwa. IsiZulu 2020 Abayibulalanga nokho inkosi yase-Ayi, kodwa bayithumba bayiletha kuJoshuwa. |
UJoshuwa wayesethi: “Ngivuleleni umnyango womhume, nikhiphe lawo makhosi omahlanu emhumeni;
Laba abanye baphuma emzini ukumelana labo; ayephakathi kukaIsrayeli, abanye ngalapha, abanye ngale; babanqoba, kangangokuthi abashiyanga noyedwa kubo owaphunyuka.
Kwathi u-Israyeli eseqedile ukubulala bonke abakhileyo e-Ayi endle, ehlane ababebaxoshele kulo, sebewa bonke ngosiko lwenkemba baze baqedwa, wonke u-Israyeli wabuyela e-Ayi, wayinqoba. Yona ngobukhali benkemba.
Inkosi yase-Ayi wayiphanyeka emthini kwaze kwahlwa; kwathi lapho nje ilanga selishonile, uJoshuwa wayala ukuba behlise isidumbu sakhe esihlahleni basijikijele ngasemnyango wesango lomuzi bamise phezu kwaso inqwaba enkulu yamatshe esekhona kuze kube yilolu suku.
Sabanjwa isilo, kanye naso nomprofethi wamanga owenza izibonakaliso phambi kwaso, adukisa ngazo labo abamukela uphawu lwesilo, nabakhuleka emfanekisweni waso. Laba bobabili baphonswa besezwa echibini lomlilo elivutha isibabule.
Wabamba u-Agagi inkosi yama-Amaleki ephila, wababulala bonke abantu ngosiko lwenkemba ngesiqalekiso.