Lapho usuhlolisisile zonke izinto zami, utholeni kuzo zonke izimpahla zendlu yakho? yibeke lapha phambi kwabafowethu nabafowenu, ukuze bahlulele phakathi kwethu sobabili.
UJoshuwa 7:23 - Contemporary Zulu Bible 2024 Zakukhipha phakathi kwetende zakuyisa kuJoshuwa nakubo bonke abantwana bakwa-Israyeli zakubeka phambi kukaJehova. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Zakukhipha phakathi kwetende, zakuyisa kuJoshuwa nakubo bonke abantwana bakwa-Israyeli, bakubeka phansi phambi kukaJehova. IsiZulu 2020 Zakukhipha ethendeni zakuletha kuJoshuwa nabo bonke abantu bakwa-Israyeli, bakwendlala phambi kukaSimakade. |
Lapho usuhlolisisile zonke izinto zami, utholeni kuzo zonke izimpahla zendlu yakho? yibeke lapha phambi kwabafowethu nabafowenu, ukuze bahlulele phakathi kwethu sobabili.
UJoshuwa wayesethuma izithunywa, zagijimela etendeni; bheka, kwakufihliwe etendeni lakhe, nesiliva liphansi kwakho.
UJoshuwa nabo bonke abakwa-Israyeli kanye naye bathatha u-Akani indodana kaSeraki nesiliva nengubo nesigqoko segolide, namadodana akhe namadodakazi akhe nezinkomo zakhe nezimbongolo zakhe nezimvu zakhe netende lakhe nakho konke ayenakho, baliyisa esigodini sase-Agori.