U-Eliya wathatha amatshe ayishumi nambili ngokwenani lezizwe zamadodana kaJakobe okwafika kuye izwi likaJehova lathi: “Igama lakho liyakuba ngu-Israyeli.”
UJoshuwa 4:2 - Contemporary Zulu Bible 2024 Zithatheleni amadoda alitshumi lambili ebantwini, indoda eyodwa esizweni ngasinye, IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Zithatheleni amadoda ayishumi nambili, indoda ibenye ngesizwe, IsiZulu 2020 “Ziqokeleni amadoda ali-12 phakathi kwabantu, uqoke indoda ibe yinye kuleso naleso sizwe. |
U-Eliya wathatha amatshe ayishumi nambili ngokwenani lezizwe zamadodana kaJakobe okwafika kuye izwi likaJehova lathi: “Igama lakho liyakuba ngu-Israyeli.”
Thumani amadoda enu ukuze ahlole ilizwe laseKhanani engilinika abantwana bakoIsrayeli; kuzo zonke izizwe zoyise wothuma indoda ibe nye, kube yilowo nalowo abe yisikhulu phakathi kwabo.
Kumelwe nithathe isikhulu esisodwa esizweni ngasinye ukuze nihlukaniselane izwe ngokwefa.
Lalunga-ke leli zwi kimi; ngathatha kini amadoda ayishumi nambili, yanye esizweni.
Zithatheleni manje amadoda ayishumi nambili ezizweni zakwa-Israyeli, indoda eyodwa esizweni.
Uyala kubo uthi: Thatha lapha phakathi kweJordani, endaweni lapho izinyawo zabapristi zazimi khona ziqine, amatshe ayishumi nambili, niwathwale, niwashiye endaweni yokulala kwenu. Uzochitha ubusuku kulobu busuku.