Akumelwe nenze njengazo zonke izinto esizenzayo lapha namuhla, wonke umuntu olungile emehlweni akhe.
UJoshuwa 3:9 - Contemporary Zulu Bible 2024 UJoshuwa wayesethi kubantwana bakwa-Israyeli: “Wozani lapha nizwe amazwi kaJehova uNkulunkulu wenu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJoshuwa wathi kubantwana bakwa-Israyeli: “Sondelani lapha, nizwe amazwi kaJehova uNkulunkulu wenu.” IsiZulu 2020 UJoshuwa wayesethi kubantu bakwa-Israyeli: “Sondelani nizwe amazwi kaSimakade uNkulunkulu wenu.” |
Akumelwe nenze njengazo zonke izinto esizenzayo lapha namuhla, wonke umuntu olungile emehlweni akhe.
Zwana-ke, Israyeli, izimiso nezahlulelo enginifundisa zona ukuba nizenze, ukuze niphile, ningene, nilidle izwe uJehova uNkulunkulu wawoyihlo aninika lona.
UJoshuwa wasesithi: Ngalokhu lizakwazi ukuthi uNkulunkulu ophilayo uphakathi kwenu, lokuthi uzaxotsha amaKhanani, lamaHethi, lamaHivi, lamaPerizi, lamaGirigashi, lamaAmori phambi kwenu, kanye lamaJebusi.
Uyala abapristi abathwala umphongolo wesivumelwano, uthi: ‘Nxa nifika onqenqemeni lwamanzi aseJordani, nime eJordani.