Wamkhiphela ngaphandle, wathi: “Bheka isibhakabhaka, ubale izinkanyezi, uma ungazibala; wathi kuye: Iyakuba njalo inzalo yakho.
UJoshuwa 24:3 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngamthatha uyihlo u-Abhrahama ngaphetsheya kukazamcolo, ngamhambisa elizweni lonke laseKhanani, ngayandisa inzalo yakhe ngamnika u-Isaka. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngamthatha uyihlo u-Abrahama ngaphesheya koMfula,* ngamhambisa ezweni lonke laseKhanani, ngayandisa inzalo yakhe, ngamupha u-Isaka. IsiZulu 2020 Ngamthatha ukhokho wenu u-Abhrahama ngaphesheya komfula, ngamhola edabula lonke iKhanani, ngenza isizukulwane sakhe saba singi, ngamnika u-Isaka. |
Wamkhiphela ngaphandle, wathi: “Bheka isibhakabhaka, ubale izinkanyezi, uma ungazibala; wathi kuye: Iyakuba njalo inzalo yakho.
UJehova, uNkulunkulu wezulu, owangikhipha endlini kababa nasezweni lokuzalwa kwami, owakhuluma kimi, wafunga kimi, wathi: ‘Ngiyakulinika inzalo yakho leli zwe; kumelwe athumele ingelosi yakhe phambi kwakho, futhi kumelwe uyithathele khona indodana yami umfazi.
Bheka, abantwana bayifa likaJehova, nesithelo sesisu sikanina singumvuzo wakhe.