UJoshuwa 21:18 - Contemporary Zulu Bible 2024 ne-Anathoti nedlelo layo, ne-Alimoni nedlelo layo; imizi emine. IBHAYIBHELI ELINGCWELE ne-Anathoti namadlelo alo, ne-Alimoni namadlelo alo, imizi mine. IsiZulu 2020 i-Anathothi namadlelo alo, ne-Alimoni namadlelo alo, imizi emine. |
Umpristi uAbiyathara wathi enkosini: “Hamba uye e-Anathoti ensimini yakho; ngoba ufanelwe ukufa, kodwa kangiyikukubulala ngalesisikhathi, ngoba wawuthwele umtshokotsho weNkosi uJehova phambi kukaDavida ubaba, langoba wawucindezelwe kukho konke ubaba ayecindezelwe ngakho.
Esizweni sakwaBenjamini; iGeba nedlelo layo, neAlemeti nedlelo layo, neAnathoti nedlelo layo. Yonke imizi yabo ngemindeni yabo yayiyimizi eyishumi nantathu.
Phakamisa izwi lakho, O ndodakazi yaseGalimi, malizwakale eLayisi, O Anatoti ompofu!
Amazwi kaJeremiya indodana kaHilikiya wabapristi base-Anathoti ezweni lakwaBenjamini:
Yonke imizi yamadodana ka-Aroni, abapristi, yayiyimizi eyishumi nantathu namadlelo ayo.