UJoshuwa 21:12 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa insimu yomuzi nemizana yawo bakunika uKalebi indodana kaJefune kube yifa lakhe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha amasimu omuzi nemizana yawo bamnika khona uKalebi indodana kaJefune kube yifa lakhe. IsiZulu 2020 Kodwa amasimu omuzi nemizana yawo bakunika uKhalebhu indodana kaJefune kwaba yifa lakhe. |
Babanika umuzi ka-Arba, uyise ka-Enaki, eyiHebroni ezintabeni zakwaJuda, namadlelo ayo nxazonke zayo.
Babanika abantwana bakwa-Aroni umpristi iHebroni nedlelo layo, libe ngumuzi okhululekile wokuhlatshwa; neLibina nedlelo layo,
Sahlasela eningizimu yamaKrethe, nasogwini lwakwaJuda, naseningizimu yakwaKalebi; sayishisa iSikilagi ngomlilo.