Abantwana bakwa-Israyeli basuka, benza njengalokho uJehova ebayalile oMose no-Aroni, benze njalo-ke.
UJoshuwa 2:21 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wathi: “Kunjengokusho kwakho.” Wasezimukisa, zahamba; wayesebophela umucu obomvu efasiteleni. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wathi: “Makube njengamazwi enu.” Wayesewamukisa ahamba; wabopha intambo ebomvu efasiteleni. IsiZulu 2020 Wathi: “Makube njengoba nisho.” Wayesewakhulula aqhubeka nohambo lwawo. Yena wabophela intambo ebomvu efasiteleni. |
Abantwana bakwa-Israyeli basuka, benza njengalokho uJehova ebayalile oMose no-Aroni, benze njalo-ke.
Ngakho yilowo nalowo owezwa lawa mazwi ami, awenze, uyakufaniswa nendoda ehlakaniphileyo eyakha indlu yayo phezu kwedwala;
Bheka, lapho singena ezweni, kumelwe ubophe lentambo ebomvu efasiteleni osehlise ngalo; kumelwe ulethe ekhaya uyihlo nonyoko nabafowenu nayo yonke indlu yakho kuwe.
Futhi uma usimemezela lokhu, siyakukhululeka esifungweni sakho osifungise sona.
Ahamba, afika entabeni, ahlala khona izinsuku ezintathu, baze babuya abawaxoshayo; futhi abashushisi babafuna indlela yonke, kodwa ababatholanga.