Manje fungani kimi ngoJehova, lokhu nginibonise umusa, ukuthi nani niyakuba nomusa endlini kababa, ninginike isibonakaliso esiqinisileyo;
UJoshuwa 2:13 - Contemporary Zulu Bible 2024 futhi niyogcina ubaba nomama nabafowethu nodadewethu nabo bonke abalakho, futhi nisisindise ekufeni. IBHAYIBHELI ELINGCWELE nisindise ubaba, nomame, nabafowethu, nawodadewethu, nabo bonke abanabo, nophule imiphefumulo yethu ekufeni.” IsiZulu 2020 nokuthi niyomsindisa ubaba, umama, abafowethu, odadewethu nakho konke okungokwabo, nisikhulule ekufeni.” |
Manje fungani kimi ngoJehova, lokhu nginibonise umusa, ukuthi nani niyakuba nomusa endlini kababa, ninginike isibonakaliso esiqinisileyo;
Ayesephendula amadoda kuye, athi: “Siphila ngowakho, uma ungayikhulumi indaba yethu.” Futhi uma uJehova esinika izwe, sizokwenzela umusa neqiniso kuwe.
Izinsizwa ezaziyizinhloli zangena, zamkhipha uRahabi, noyise, nonina, nabafowabo, nakho konke anakho; bakhipha zonke izizukulwane zakhe, bazishiya ngaphandle kwekamu lika-Israyeli.