nayo yonke imizana yabo eyayizungeza leyo mizi, kwaze kwaba seBali. Lezi kwakuyizindawo zabo zokuhlala nezizukulwane zabo.
UJoshuwa 19:8 - Contemporary Zulu Bible 2024 Nayo yonke imizi eyayizungeza leyo mizi kwaze kwaba seBahalati Beyeri, iRama laseNingizimu. Leli yifa lesizwe sabantwana bakwaSimeyoni ngezizukulwane zabo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE nayo yonke imizana eyayinxazonke zaleyo mizi kuze kube seBalati Beri, iRama laseNingizimu. Lokho kwakuyifa lesizwe sabantwana bakwaSimeyoni ngemindeni yabo. IsiZulu 2020 nayo yonke imizana eyayizungeze le mizi kuze kuyofika eBhalathi Bheri, iRama eningizimu. Lokho kwakuyifa lesizwe sakwaSimeyoni ngokwemindeni yaso. |
nayo yonke imizana yabo eyayizungeza leyo mizi, kwaze kwaba seBali. Lezi kwakuyizindawo zabo zokuhlala nezizukulwane zabo.
Ifa labantwana bakwaSimeyoni lalivela efeni labantwana bakwaJuda; ngokuba isabelo sabantwana bakwaJuda sasisikhulu kakhulu kubo; ngalokho abantwana bakwaSimeyoni bathola ifa labo efeni labo.
nakulabo ababeseBethele, nakulabo ababeseningizimu yeRamoti, nakulabo ababeseJatiri,