uBahana indodana ka-Ahiludi; kuye kwakukhona iThahanaki neMegido nayo yonke iBheti-Sheyani eseSartana ngaphansi kweJizreyeli kusukela eBeti Sheyani kuze kufike e-Abela Mehola ngaphesheya kweJokimeyamu.
UJoshuwa 19:11 - Contemporary Zulu Bible 2024 Umkhawulo wabo wenyukela elwandle naseMarala, wenyuka waya eDabaseti nasemfuleni ongaphambi kweJokineyamu; IBHAYIBHELI ELINGCWELE umkhawulo wabo wenyukela ngasentshonalanga kuze kube seMarala, wafinyelela naseDabesheti, wafinyelela nasemfuleni ongasempumalanga kwaseJokineyamu, IsiZulu 2020 wenyukele ngasentshonalanga kuze kube seMarala, eDabheshethi, nasemfuleni ongasempumalanga eJokhineyamu, |
uBahana indodana ka-Ahiludi; kuye kwakukhona iThahanaki neMegido nayo yonke iBheti-Sheyani eseSartana ngaphansi kweJizreyeli kusukela eBeti Sheyani kuze kufike e-Abela Mehola ngaphesheya kweJokimeyamu.
Inkatho yesithathu yaphumela abantwana bakwaZebuloni ngemindeni yabo, umkhawulo wefa labo wawufinyelela eSaridi.
waphenduka eSaridi ngasempumalanga, ngasekuphumeni kwelanga, waya emngceleni weKisilothabori, waphuma waya eDaberati, wenyukela eJafiya;