Inhlangano yonke yabantwana bakwa-Israyeli yabuthana eShilo, yamisa khona itende lokuhlangana. Izwe lanqotshwa phambi kwabo.
UJoshuwa 18:2 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kwasala phakathi kwabantwana bakwa-Israyeli izizwe eziyisikhombisa ezingakalamukeli ifa lazo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kwasala phakathi kwabantwana bakwa-Israyeli izizwe eziyisikhombisa ezingakabelwa ifa lazo. IsiZulu 2020 Kwakusasele izizwe eziyisikhombisa phakathi kuka-Israyeli ezazingakasitholi isabelo sazo. |
Inhlangano yonke yabantwana bakwa-Israyeli yabuthana eShilo, yamisa khona itende lokuhlangana. Izwe lanqotshwa phambi kwabo.
UJoshuwa wayesethi kubantwana bakwa-Israyeli: “Koze kube nini niphuza ukulidla izwe uJehova uNkulunkulu wawoyihlo aninike lona na?