Waqamba leyo ndawo ngokuthi iBethele, kepha igama lalowo muzi laqala ngokuthi iLus.
UJoshuwa 16:2 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wasuka eBethele, waya eLushe, wadabula emingceleni yase-Arki e-Atharoti; IBHAYIBHELI ELINGCWELE saphuma eBethele, saya eLuze, sadlula saya emkhawulweni wama-Araki ngase-Atharoti; IsiZulu 2020 bese sisuka eBhethele kuya eLuzi, sidabule ngase-Atharothi, isifunda sama-Arikithe; |
Waqamba leyo ndawo ngokuthi iBethele, kepha igama lalowo muzi laqala ngokuthi iLus.
UDavide esefike esiqongweni sentaba, lapho akhuleka khona kuNkulunkulu, uHushayi um-Arki wamhlangabeza, enengubo eklebhukile, enothuli ekhanda lakhe.
Kwathi uHushayi um-Ariki, umngane kaDavide, efika ku-Abisalomu, uHushayi wathi ku-Abisalomu: “Makayisindise inkosi, mayisindise inkosi!
Imfuyo yabo nezindawo zabo zokuhlala kwakuyiBethele namadlelo ayo, neNaharani nentshonalanga yeGezeri namazanyana ayo; neShekemi namadlelo alo, kwaze kwaba seGaza namadlelo alo;
Umkhawulo wasuka lapho, waya eLusu, eceleni kweLushi eliyiBethele ngaseningizimu; umkhawulo wehlela e-Atharoti Dara ngasegqumeni elingaseningizimu kweBeti Horoni Lasezansi.