Wabuye wakhulelwa, wazala indodana; waqamba igama layo ngokuthi uSela; wayeseKesibi ekumzaleni kwakhe.
UJoshuwa 15:44 - Contemporary Zulu Bible 2024 noKehila, no-Agisibi, noMaresa; imizi eyisishiyagalolunye nemizana yayo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE neKeyila, ne-Akizibi, neMaresha, imizi iyisishiyagalolunye nemizana yayo. IsiZulu 2020 iKheyila, i-Akhizibhi, neMaresha; isiyonke imizi iyisishiyagalolunye nemizana yayo. |
Wabuye wakhulelwa, wazala indodana; waqamba igama layo ngokuthi uSela; wayeseKesibi ekumzaleni kwakhe.
Amadodana kaKalebi, umfowabo kaJerakimeli: nguMesha izibulo lakhe, onguyise kaSifi; lamadodana kaMaresa, uyise kaHebroni.
Amadodana kaShela indodana kaJuda: ngo-Eri, uyise kaLeka, noLada, uyise kaMaresa, nemindeni yendlu yabasebenza ilineni elicolekileyo, bendlu ka-Ashibeya,