Kepha u-Edomi wahlubuka phansi kwesandla sikaJuda kuze kube namuhla. ILibina yahlubuka ngaleso sikhathi.
UJoshuwa 15:42 - Contemporary Zulu Bible 2024 ILibina, ne-Etere, ne-Asan, IBHAYIBHELI ELINGCWELE ILibina, ne-Etere, ne-Ashani, IsiZulu 2020 ILibhina, i-Ethere, i-Ashani, |
Kepha u-Edomi wahlubuka phansi kwesandla sikaJuda kuze kube namuhla. ILibina yahlubuka ngaleso sikhathi.
UJoshuwa wayesesuka eMakeda wonke u-Israyeli kanye naye kwaze kwaba seLibina, walwa emelene neLibina;
neGederoti, neBeti Dagoni, neNahama, neMakheda; imizi eyishumi nesithupha nemizana yayo.
Babanika abantwana bakwa-Aroni umpristi iHebroni nedlelo layo, libe ngumuzi okhululekile wokuhlatshwa; neLibina nedlelo layo,