Abantwana bakwa-Israyeli basuka, benza njengalokho uJehova ebayalile oMose no-Aroni, benze njalo-ke.
UJoshuwa 14:5 - Contemporary Zulu Bible 2024 Njengalokho uJehova emyalile uMose, benze njalo abantwana bakwa-Israyeli, balihlukanisa izwe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Njengalokho uJehova amyala uMose, benze njalo abantwana bakwa-Israyeli, bahlukanisa izwe. IsiZulu 2020 Abakwa-Israyeli benza njengoba uSimakade ayemyalile uMose; balehlukanisa izwe. |
Abantwana bakwa-Israyeli basuka, benza njengalokho uJehova ebayalile oMose no-Aroni, benze njalo-ke.
UJoshuwa wabenzela inkatho eShilo phambi kukaJehova, uJoshuwa wababela khona izwe abantwana bakwa-Israyeli ngokwezabelo zabo.
Bakhuluma kubo eShilo ezweni laseKhanani, bathi: “UJehova wayala ngesandla sikaMose ukuba sinikezwe imizi yokuhlala, namadlelo ayo ezinkomo zethu.”