nasendlini yaseGiligali nasensimini yaseGeba nase-Asmaweti; ngoba abahlabeleli bazakhela imizi nxazonke zeJerusalema.
UJoshuwa 10:43 - Contemporary Zulu Bible 2024 UJoshuwa wabuyela ekamu laseGiligali, nawo wonke u-Israyeli enaye. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJoshuwa wabuyela ekamu* laseGiligali, bonke abakwa-Israyeli benaye. IsiZulu 2020 UJoshuwa wabuyela enkanjini eGiligali, nabo bonke abakwa-Israyeli ababenaye. |
nasendlini yaseGiligali nasensimini yaseGeba nase-Asmaweti; ngoba abahlabeleli bazakhela imizi nxazonke zeJerusalema.
UJoshuwa wawathatha wonke la makhosi nezwe lawo kanyekanye, ngokuba uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli wayewalwela u-Israyeli.
Kwathi uJabini inkosi yaseHasori ekuzwa lokho, wathumela kuJobabe inkosi yaseMadoni, nasenkosini yaseShimroni, nasenkosini ka-Asafa,
Abantu basuka eJordani ngolweshumi lwenyanga yokuqala bamisa inkamba eGiligali emngceleni osempumalanga yeJeriko.