UJoshuwa wakhuluma kwabakwaRubeni, nabakwaGadi, nenxenye yesizwe sakwaManase, wathi:
UJoshuwa wakhuluma kwabakwaRubeni, nabakwaGadi, nakuyo inxenye yesizwe sakwaManase, wathi:
UJoshuwa wayesekhuluma nabakwaRubeni nabakwaGadi nengxenye yesizwana sakwaManase, wathi:
Abafowabo, amaqhawe anamandla, babe yizinkulungwane ezimbili namakhulu ayisikhombisa izinhloko zezindlu zoyise, inkosi uDavide eyababeka phezu kwabakwaRubeni, nabakwaGadi, nengxenye yesizwe sakwaManase, emsebenzini wonke kaNkulunkulu nomsebenzi wenkosi.
Abantwana bakwaRubeni nabakwaGadi nengxenye yesizwe sakwaManase, emadodeni anamandla, ahloma izikhali nezinkemba, acibishela idandili, anekhono lokulwa, babe yizinkulungwane ezingamashumi amane nane namakhulu ayisikhombisa namashumi ayisithupha, abaphuma umkhosi empini.
UJoshuwa wayesebiza abakwaRubeni nabakwaGadi nenxenye yesizwe sakwaManase,
Wathi kubo: “Nikugcinile konke uMose inceku kaJehova aniyala ngakho, nalalela izwi lami kukho konke enganiyala ngakho.