Oyizinsuku eziyisishiyagalombili makasokwe phakathi kwenu, yonke indodana ezizukulwaneni zenu, ezelwe endlini noma ethengwe ngemali kunoma yimuphi umfokazi ongeyena owenzalo yakho.
UJona 4:10 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wayesethi uJehova: “Wena wawuhawukele umhlakuva, ongawusebenzelanga, ongawuyekanga ukhule; owavuka ngobusuku bunye wabhubha ngobusuku bunye; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wayesethi uJehova: “Wena wawuhawukela umhlakuva ongawukhandlekelanga nongawukhulisanga, owamila ebusuku bunye, wabhubha ebusuku bunye; IsiZulu 2020 USimakade wathi: “Wena ukhathazekele umhlakuva ongawukhandlekelanga, nongawukhulisanga, ovumbuke nje ngobusuku obubodwa, wabuye washabalala ngobusuku obulandelayo. |
Oyizinsuku eziyisishiyagalombili makasokwe phakathi kwenu, yonke indodana ezizukulwaneni zenu, ezelwe endlini noma ethengwe ngemali kunoma yimuphi umfokazi ongeyena owenzalo yakho.
Mina-ke bengingayikulihawukela yini iNineve, umuzi omkhulu, okukhona kuwo abantu abangaphezu kwezinkulungwane ezingamashumi ayisithupha abangakwazi ukwahlukanisa isandla sokunene nesokhohlo; nezinkomo eziningi na?
UNkulunkulu wasesithi kuJona: Kuhle yini ukuthi uthukuthelele umhlakuva? Wathi: “Kuhle ukungithukuthelela kuze kube sekufeni.”
Ngokuba izinsuku zonke indodana kaJese isekhona emhlabeni, wena nombuso wakho awuyikuqiniswa. Manje-ke thumela umlethe kimi, ngokuba uzokufa nokufa.