Uma ngingomubi, ngisebenzelani ize na?
Ngiyakulahlwa mina; ngikhandlekelani ize na?
Mina ngizolahlwa ngecala, pho kungani ngikhandlekela ize na?
Ngizakuthi kuNkulunkulu: Ungangilahli; ngibonise ukuthi ungixabanisani.
Uyazi ukuthi angiyena omubi; futhi akakho ongophula esandleni sakho.
Bhekani, ngiyayazi imicabango yenu namacebo enu eniwacabanga ngamanga;
Bheka, uthola ithuba ngokumelene nami, ungishaya isitha sakhe;
Uma ngizilungisisa, umlomo wami uyakungilahla; uma ngithi: Ngiphelele, lokho kuyongifakazela ukuthi ngingalungile.
Kunye lokhu, yikho ngithe: Uchitha opheleleyo lomubi.
UJehova ngeke amshiye esandleni sakhe futhi ngeke amlahle lapho esahlulelwa.
Impela ngiyihlanzele ize inhliziyo yami, ngageza izandla zami ngingenacala.
Kodwa uthi: Ngoba ngimsulwa, isibili ulaka lwakhe luzasuka kimi. Bheka, ngiyakulwa nawe, ngokuba uthi: Angonanga.