UJobe 9:18 - Contemporary Zulu Bible 2024 Akavumi ukuba ngiphefumule, kepha uyangigcwalisa ngomunyu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kavumi ukuba ngiphefumule, kepha uyangigcwalisa ngomunyu. IsiZulu 2020 Akangivumeli ukuba ngiphefumule, kepha ungigcwalisa ngomunyu. |
Kuphila kukaNkulunkulu osusile ukwahlulela kwami; noSomandla owakhathaza umphefumulo wami;
Koze kube nini ningasuki kimi, ningangivumeli ukuba ngime ngize ngigwinye amathe ami na?
Ngiyekeleni, ukuze ngithole amandla ngaphambi kokuba ngisuke lapha, ngingabe ngisaba khona.
Kodwa bahamba ngobunkana bezinhliziyo zabo nangoBhali ababafundisa ngabo oyise.
Wathi kubo: “Ningangibizi ngokuthi uNawomi; ngibizeni ngokuthi uMara, ngokuba uSomandla ungiphathe kumunyu kakhulu.”