Kodwa abantu baseSodoma babebabi kakhulu futhi beyizoni kakhulu phambi kukaJehova.
UJobe 8:4 - Contemporary Zulu Bible 2024 Uma abantwana bakho bonile kuye, yena ebalahlile ngenxa yesiphambeko sabo; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Uma abantwana bakho bonile kuye, yena wabanikela emandleni ezono zabo, IsiZulu 2020 Uma abantwana bakho bonile kuye, wabanikela emandleni eziphambeko zabo. |
Kodwa abantu baseSodoma babebabi kakhulu futhi beyizoni kakhulu phambi kukaJehova.
Kwathi seziphelile izinsuku zedili lawo, uJobe wathumela wawangcwelisa, wavuka ekuseni, wanikela ngeminikelo yokushiswa njengomumo wawo wonke; ngokuba uJobe wathi: “Kungenzeka ukuthi amadodana ami onile, amthukile uNkulunkulu ezinhliziyweni zawo; Ngakho uJobe waqhubeka enza kanjalo.
Abantwana bakhe bakude nokuphepha, bachotshozwa esangweni, akakho ongabasindisayo.
Bhekani, yonke imiphefumulo ingeyami; njengomphefumulo kayise, unjalo umphefumulo wendodana yami; umphefumulo owonayo kumelwe ufe.