Kodwa uyabhubha kuze kube phakade njengamalongwe akhe; abambonileyo bayothi: Uphi na?
UJobe 8:18 - Contemporary Zulu Bible 2024 Uba emsiphula endaweni yakhe, izamphika ithi: Kangikubonanga. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Uma echithwa endaweni yakhe, iyakumala ngokuthi: ‘Angizange ngikubone.’ IsiZulu 2020 Uma ebhujiswa endaweni yakhe, iyakumphika ithi: ‘Angikaze ngikubone.’ |
Kodwa uyabhubha kuze kube phakade njengamalongwe akhe; abambonileyo bayothi: Uphi na?
Kusengumzuzwana, omubi abe engasekho; yebo, kufanele ubhekisise indawo yakhe, futhi ngeke kube khona.
Lapho ababi behluma njengotshani, nalapho bonke abenzi bobubi behluma; kungukuthi bayobhujiswa phakade.