U-Eliya waseThishibi, owabakhileyo kwaGileyadi, wathi ku-Ahabi: “Kuphila kukaJehova uNkulunkulu ka-Israyeli engimi phambi kwakhe, kule minyaka akuyikuba khona mazolo noma imvula, ngaphandle kwezwi lami.
UJobe 6:17 - Contemporary Zulu Bible 2024 Lapho zifudumala, ziyanyamalala; lapho kushisa, ziphela endaweni. IBHAYIBHELI ELINGCWELE kepha ngesikhathi sokufudumala inyamalale, ishe endaweni yayo, lapho libalele. IsiZulu 2020 Ngesikhathi sokufudumala, iyanyamalala, uma sekushisa iyasha, iphele endaweni yayo. |