elimnyama ngenxa yeqhwa, elisithekile iqhwa;
emnyama ngeqhwa, lapho ungqoqwane ezisitheza khona,
emnyama ngenxa yeqhwa, lapho ungqoqwane uzinqwabela kuyo.
Ukoma nokushisa kuyawaqeda amanzi aneqhwa, kanjalo neHayidese labo abonileyo.
Ungenile yini engcebeni yeqhwa? noma usubonile ingcebo yesichotho,
Iqhwa lavela ethangeni likabani? nesithwathwa esimpunga sasezulwini, owasibumba, ngubani na?
Abafowethu benze ngenkohliso njengomfula, futhi njengomfula wezifufula bayadlula;
Lapho zifudumala, ziyanyamalala; lapho kushisa, ziphela endaweni.
Uyathuma izwi lakhe, likuncibilikise; Wenza umoya wakhe uvunguze futhi amanzi agobhoze.