Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UJobe 5:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

Ngabona isiwula simila, kodwa ngaze ngaqalekisa indawo yaso yokuhlala.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Mina ngibonile isiwula sigxilile, kepha ngaqalekisa indlu yaso ngokuzumayo.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Ngisibonile isiwula sisimama siba nezimpande, ngase ngiqalekisa indlu yaso ngokuphazima kweso.

Uka jalj uñjjattʼäta



UJobe 5:3
12 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Uyashesha njengamanzi; isabelo sabo siqalekisiwe emhlabeni; akayiboni indlela yezivini.


Ngoba liyini ithemba lomzenzisi, lanxa ezuza, uba uNkulunkulu esusa umphefumulo wakhe?


Futhi angizange ngivumele umlomo wami ukuba one ngokufisa isiqalekiso phezu komphefumulo wakhe.


Ngokuba ababusisiweyo nguye bayakudla ifa lomhlaba; lalabo abaqalekisiweyo nguye bazaqunywa.


Indawo yabo yokuhlala mayibe yincithakalo; futhi kungahlali muntu ematendeni abo.


Lapho ababi behluma njengotshani, nalapho bonke abenzi bobubi behluma; kungukuthi bayobhujiswa phakade.


Ngokuba kulotshiwe encwadini yamaHubo ukuthi: “Umuzi wakhe mawube yincithakalo, kungahlali muntu kuwo;