URaheli esebonile ukuthi akamzaleli uJakobe abantwana, uRaheli waba nomhawu ngodadewabo; wathi kuJakobe: “Nginike abantwana bami, funa ngife.”
UJobe 5:2 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngokuba ulaka luyabulala iziwula, nomhawu ubulala iziwula. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngokuba isiwula siyabulawa ngukukhathazeka, nomhawu uyachitha oyisiphukuphuku. IsiZulu 2020 Ngokuba isiwula sibulawa ngukukhathazeka, nesiduphunga sibhujiswa ngumhawu. |
URaheli esebonile ukuthi akamzaleli uJakobe abantwana, uRaheli waba nomhawu ngodadewabo; wathi kuJakobe: “Nginike abantwana bami, funa ngife.”
U-Onani wayesekwazi ukuthi inzalo ayiyikuba ngeyakhe; wathi engena kumkamfowabo, wathela emhlabathini ukuba angamniki umfowabo nzalo.
Uziklebhula ngolaka lwakhe; umhlaba ungashiywa ngenxa yakho na? nedwala liyakususwa endaweni yalo na?
Kumholi wokuhlabelela, ihubo likaDavide. Isiwula sathi enhliziyweni yaso: Akakho uNkulunkulu. Bakhohlakele, benze izinto ezinyantisayo, akekho owenza okuhle.
Umuntu onolaka olukhulu uyojeziswa, ngoba uma umkhulula, kufanele ukwenze futhi.
Nina bangenalwazi, qondani ukuhlakanipha, nani ziwula, hlakaniphani ngenhliziyo.
Ungasheshi ukuthukuthela emoyeni wakho, ngokuba ulaka luhlala esifubeni seziwula.
U-Efrayimi unjengejuba eliyisiwula elingenanhliziyo; babiza iGibithe, baya e-Asiriya.
UNkulunkulu wasesithi kuJona: Kuhle yini ukuthi uthukuthelele umhlakuva? Wathi: “Kuhle ukungithukuthelela kuze kube sekufeni.”
Kodwa kulabo abaphikisanayo njalo bengalaleli iqiniso, kodwa belalela ukungalungi, intukuthelo lolaka;
Ngokuba kulaba kukhona abanyebelezela ezindlini, bathumbe abesifazane abayiziwula abasindwa yizono, abaholwa yizinkanuko eziyizinhlobonhlobo;