UJobe 5:16 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngakho ompofu unethemba, nobubi buvala umlomo wakhe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ompofu usenethemba; ububi buvala umlomo wabo. IsiZulu 2020 Ngakho-ke ompofu unethemba; ububi buvale umlomo wabo. |
Kodwa inkosi izathokoza ngoNkulunkulu; bonke abafunga ngaye bayakuzibonga, kepha umlomo wabakhuluma amanga uyakuvinjwa.
Ngokuba ompofu akayikukhohlakala njalo; ithemba labampofu aliyikubhubha phakade.
Kodwa akuyikubakho inja eyakunyakazisa ulimi lwayo komunye wabantwana bakwa-Israyeli, kumuntu noma esilwaneni, ukuze nazi ukuthi uJehova uyahlukanisa phakathi kweGibhithe no-Israyeli.
Khona-ke izithunywa zesizwe ziyoziphendula zithini? Ukuthi uJehova umisile iSiyoni, futhi abampofu babantu bakhe bayothembela kulo.
UNebukadinesari, inkosi yaseBabele, wayala uNebuzaradani induna yabalindi ngoJeremiya, wathi:
Phendukelani enqabeni yasezintabeni, zibotshwa zethemba; namuhla ngiyamemezela ukuthi ngiyakukubuyisela kabili;
Khathesi siyazi ukuthi konke okutshoyo umlayoukutsho kwabangaphansi komlayo, ukuze yonke imilomo ivinjwe, lokuthi umhlaba wonke ube lecala phambi kukaNkulunkulu.