Ngokuba intukuthelo yakho ikhuphukele kimi, nokuxokozela kwakho ezindlebeni zami, ngiyakufaka ingwegwe yami ekhaleni lakho netomu lami emlonyeni wakho, ngikubuyisele endleleni oweza ngayo.
UJobe 41:13 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngubani ongambula ubuso bengubo yakhe na? Ngubani ongangena kuye namatomu akhe aphindwe kabili na? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngubani ongakhumula isambatho sakhe esingaphandle; ngubani ongangena phakathi kwemihlathi yakhe emibili na? IsiZulu 2020 Ngubani ongayihlubula isembatho sayo esingaphandle na? Ngubani ongangena phakathi kwemihlathi yayo emibili na? |
Ngokuba intukuthelo yakho ikhuphukele kimi, nokuxokozela kwakho ezindlebeni zami, ngiyakufaka ingwegwe yami ekhaleni lakho netomu lami emlonyeni wakho, ngikubuyisele endleleni oweza ngayo.
Ningabi njengehhashi noma njengomnyuzi ongenangqondo; abamlomo wabo umelwe ukuboshwa ngokuluma namatomu, funa beze kuwe.
Bheka, sifaka amatomu emilonyeni yamahhashi ukuba asilalele; futhi sijika umzimba wabo wonke.