UNkulunkulu wazenza izilwane zomhlaba ngezinhlobo zazo, nezinkomo ngezinhlobo zazo, nezilwanyana ezinwabuzelayo emhlabeni ngezinhlobo zazo; uNkulunkulu wabona ukuthi kuhle.
UJobe 41:12 - Contemporary Zulu Bible 2024 Angiyikufihla izitho zakhe, namandla akhe, nobuhle bakhe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Angiyikuthula ngezitho zakhe, nangendaba yamandla akhe, nangesimo sakhe esihle. IsiZulu 2020 “Angiyukuthula ngezitho zayo, nangendaba yamandla ayo, nangesimo sayo esihle. |
UNkulunkulu wazenza izilwane zomhlaba ngezinhlobo zazo, nezinkomo ngezinhlobo zazo, nezilwanyana ezinwabuzelayo emhlabeni ngezinhlobo zazo; uNkulunkulu wabona ukuthi kuhle.
Ngubani ongambula ubuso bengubo yakhe na? Ngubani ongangena kuye namatomu akhe aphindwe kabili na?