Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UJobe 4:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

Njengoba ngibonile, abalima ububi bavuna, bahlwanyele ububi.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Njengokubona kwami abalima okubi bahlwanyele ukona, bayakuvuna.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Ngibabonile abahlwanyela inkohlakalo, nabalima inkathazo, bavuna inhlupheko.

Uka jalj uñjjattʼäta



UJobe 4:8
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Okhohliswayo makangathembeli ezeni, ngokuba inzuzo yakhe iyize.


Bakhulelwa ububi, bazale okuyize, isisu sabo silungisa inkohliso.


Ngakho bayakudla isithelo sendlela yabo, basuthe ngamacebo abo.


Ohlwanyela ububi uyakuvuna okuyize, nenduku yolaka lwakhe iyophela.


Ngosuku oyohlumisa ngalo isitshalo sakho, futhi ekuseni uyokwenza imbewu yakho iqhakaze; kodwa ukuvuna kuyakuba yithemba ngosuku losizi nolokudabuka okukhulu.


Indlela yakho nezenzo zakho kukulethele lezi zinto; kungububi bakho, ngoba kumunyu, ngoba kufinyelela enhliziyweni yakho.


Ngokuba bahlwanyele umoya, bavune isivunguvungu; ihlumela ngeke liveze ufulawa; uma kunjalo, abafokazi bayakuwudla.


Kepha lokhu ngithi: Ohlwanyela ingcosana uyakuvuna ingcosana; nohlwanyela kakhulu uyakuvuna kakhulu.