Kepha manje yelula isandla sakho, uthinte konke anakho, uyakukuthuka ebusweni bakho.
UJobe 4:5 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa manje sekufikile kuwe, futhi uyadangala; kuyakuthinta, uyesaba. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Kepha sekufikile kuwe, uyakhathazeka; kuyakuthinta wena, uyashaywa luvalo. IsiZulu 2020 “Uma sekufike kuwe, awusenasineke. Uma sekuthinta wena uyadangala. |
Kepha manje yelula isandla sakho, uthinte konke anakho, uyakukuthuka ebusweni bakho.
Ngihawukele, ngihawukele, bangane bami! ngoba isandla sikaNkulunkulu singithintile.
Kepha manje yelula isandla sakho, uthinte emathanjeni akhe nasenyameni yakhe, uyakukuthuka ebusweni bakho.
Kulowo ohluphekayo, ububele bumelwe kuboniswa kumngane wakhe; kodwa uyakulahla ukumesaba uSomandla.
Ngakho kasidangali; kepha noma kubhubha umuntu wethu wangaphandle, owangaphakathi wenziwa musha imihla ngemihla.
Ngokuba bhekani yena owakhuthazela ephikwa kangaka yizoni, ukuze ningakhathali, niphele amandla engqondweni yenu.
Senikhohliwe isiyalezo esikhuluma kini njengakubantwana sokuthi: Ndodana yami, ungadeleli ukulaya kweNkosi, ungaphelelwa amandla, lapho usolwa yiyo;