Isizwe sachithwa esizweni nomuzi emzini, ngokuba uNkulunkulu wabahlupha ngabo bonke ubunzima.
UJobe 4:20 - Contemporary Zulu Bible 2024 Bayachithwa kusukela ekuseni kuze kube kusihlwa; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Bagxotshwa kusukela ekuseni kuze kube kusihlwa; babhubha kuze kube phakade benganakwa muntu. IsiZulu 2020 Kusukela ekuseni kuze kube kusihlwa bayagxotshwa, bayabhubha kuze kube phakade kungekho nonake utho ngabo. |
Isizwe sachithwa esizweni nomuzi emzini, ngokuba uNkulunkulu wabahlupha ngabo bonke ubunzima.
Wayeneminyaka engamashumi amathathu nambili ekuqaleni kwakhe ukubusa, wabusa iminyaka eyisishiyagalombili eJerusalema; Kodwa bammbela emzini kaDavide, kodwa hhayi emathuneni amakhosi.
Uma umuntu efa, uyobuye aphile? zonke izinsuku zesikhathi sami esimisiwe ngiyakulinda kuze kufike ukuguqulwa kwami.
Kodwa uyabhubha kuze kube phakade njengamalongwe akhe; abambonileyo bayothi: Uphi na?
Ngiyekeleni, ukuze ngithole amandla ngaphambi kokuba ngisuke lapha, ngingabe ngisaba khona.
Lapho ababi behluma njengotshani, nalapho bonke abenzi bobubi behluma; kungukuthi bayobhujiswa phakade.