UJobe 39:19 - Contemporary Zulu Bible 2024 Unike ihhashi amandla na? wagqokisa intamo yakhe ngokuduma? IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Nguwe onika ihhashi amandla alo, wembathisile intamo yalo umhlwenga oyephuzelayo, na? IsiZulu 2020 “Nguwe yini onika ihhashi amandla, wembathise intamo yalo ngomhlwenga oyephuzelayo na? |
Uthi phakathi kwamacilongo: Ha, ha! wezwa impi isekude, ukuduma kwezinduna nokumemeza.
Mbonge uJehova, mphefumulo wami. Jehova Nkulunkulu wami, umkhulu kakhulu; wembethe udumo nobukhosi.
UJehova uyinkosi, wembethe ubukhosi; uJehova wembethe amandla, azibhincile; nezwe lilungisiwe, ukuze linganyakaziswa.
UMozisi labantwana bakoIsrayeli basebehlabela lelihubo ekudumiseni iN, bakhuluma bathi: Ngizahlabelela iNKOSI, ngoba uphakeme kakhulu; Waphonsa ihhashi nomgibeli walo olwandle.
noJakobe kaZebedewu, noJohane umfowabo kaJakobe; wabaqamba ngokuthi uBowanerges, okungukuthi, amadodana okuduma;