Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UJobe 39:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

eshiya amaqanda ayo emhlabeni, iwashise abe luthuli;

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Ngokuba iyashiya amaqanda ayo emhlabathini, iwafudumeze othulini.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Ishiya amaqanda ayo emhlabathini, afudunyezwe wuthuli.

Uka jalj uñjjattʼäta



UJobe 39:14
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Unike amaphigogo amaphiko amahle na? noma izimpiko nezimpaphe zentshe?


futhi ukhohlwe ukuthi unyawo lungabachoboza, noma ukuthi isilo sasendle singawaphula.


Njengenyoni ezulazula esidlekeni sayo, unjalo umuntu oduka endaweni yakhe.


Khona-ke kuyakuba ngokomuntu ukuba ashise, ngokuba athathe kuwo, othe; yebo, uyabasa, abhake isinkwa; yebo, wenza unkulunkulu, akhuleke kuye; wenza umfanekiso obaziweyo ngawo, awele phezu kwawo.


Ngisho nezilo zasolwandle zikhipha amabele azo, zincelise amazinyane azo; indodakazi yabantu bami isinonya njengezintshe zasogwadule.