Isandla sikaJehova sasiphezu kuka-Eliya; wabopha ukhalo lwakhe, wagijima phambi kuka-Ahabi kwaze kwaba sekungeneni kwaseJizreyeli.
UJobe 38:3 - Contemporary Zulu Bible 2024 Bhinca izinkalo zakho njengendoda; ngoba ngiyakubuza kuwe, njalo uzangiphendula. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Bopha izinkalo zakho njengendoda; ngizakukubuza, wena ungazise. IsiZulu 2020 Bopha ukhalo lwakho njengendoda, ngizokubuza, wena ungazise. |
Isandla sikaJehova sasiphezu kuka-Eliya; wabopha ukhalo lwakhe, wagijima phambi kuka-Ahabi kwaze kwaba sekungeneni kwaseJizreyeli.
Noma engibulala, ngiyothembela kuye; kepha mina ngiyakumisa izindlela zami phambi kwakhe.
Ingabe ukhona ozofundisa uNkulunkulu ulwazi? kuyilapho Yena ehlulela labo abaphakemeyo.
Ngakho kumelwe ukudle; niboshiwe izinkalo zenu, nezicathulo zenu ezinyaweni zenu nodondolo lwenu esandleni senu; futhi kumelwe ukudle ngokushesha; kuyiPhasika leNkosi.
Wena-ke bopha izinkalo zakho, usukume, ukhulume kubo konke engikuyala ngakho; ungethuki ebusweni babo, funa ngikwenze ube namahloni phambi kwabo.
Ngakho-ke bophani izinkalo zengqondo yenu, nizithibe, nithembele kuze kube sekupheleni umusa ozolethwa kini ekwambulweni kukaJesu Kristu;