Ngomnyaka wamakhulu ayisithupha wokuphila kukaNowa, ngenyanga yesibili, ngosuku lweshumi nesikhombisa lwenyanga, ngalona lolo suku yonke imithombo kazamcolo omkhulu yagqashuka, namafasitele asezulwini avuleka.
UJobe 38:16 - Contemporary Zulu Bible 2024 Usungene emithonjeni yolwandle na? noma uke wahamba ukufuna otwa na? IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Wake wangena emithonjeni yolwandle, wahamba phansi otweni, na? IsiZulu 2020 “Wake wangena emithonjeni yolwandle, wahamba phansi ezinzulwini zalo na? |
Ngomnyaka wamakhulu ayisithupha wokuphila kukaNowa, ngenyanga yesibili, ngosuku lweshumi nesikhombisa lwenyanga, ngalona lolo suku yonke imithombo kazamcolo omkhulu yagqashuka, namafasitele asezulwini avuleka.
Kwavalwa nemithombo kazamcolo namafasitele asezulwini, kwavalwa imvula ezulwini;
Indlela yakho iselwandle, nendlela yakho emanzini amakhulu, nezinyathelo zakho azaziwa.
Ngalokho usho kanje uJehova, uthi: “Bheka, ngiyakulwela indaba yakho, ngikuphindisele; ngiyomisa izilwandle zalo, ngomise nemithombo yalo.