UJobe 36:12 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa uma bengalaleli, bayobhubha ngenkemba futhi bafe bengenalwazi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha uma bengalaleli, bayakuphela ngenkemba, bafe bengenalwazi. IsiZulu 2020 Kepha uma bengalaleli, bayobhubha ngenkemba, bafe bengenalwazi. |
Kepha uma nala, nihlubuka, niyakuqedwa ngenkemba, ngokuba umlomo kaJehova ukhulumile.
Maye kwababi! kuyakuba kubi kuye, ngokuba inkokhelo yezandla zakhe iyakunikwa yona.
Akekho ongasunduza omunye; bayakuhamba, kube yilowo nalowo ngendlela yakhe, uma bewa ngenkemba, abayikulinyazwa.