Wakhuleka kuye, wamncenga, wezwa ukunxusa kwakhe, wambuyisela eJerusalema embusweni wakhe. UManase wazi ukuthi uJehova unguNkulunkulu.
UJobe 36:11 - Contemporary Zulu Bible 2024 Uma belalela futhi bemkhonza, bayochitha izinsuku zabo ebuhleni neminyaka yabo ebumnandini. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Uma belalela, bamkhonze, bayakuqeda imihla yabo ebuhleni neminyaka yabo kukho okumnandi. IsiZulu 2020 Uma belalela, bamkhonze, imihla yabo iyophetha ngempumelelo neminyaka yabo, bethokozile. |
Wakhuleka kuye, wamncenga, wezwa ukunxusa kwakhe, wambuyisela eJerusalema embusweni wakhe. UManase wazi ukuthi uJehova unguNkulunkulu.
Bachitha izinsuku zabo engcebweni, behlela endaweni yabafileyo ngokuphazima kweso.
Ngakho uJehova wabusisa ukugcina kukaJobe kunokuqala kwakhe, ngoba wayenezimvu eziyizinkulungwane eziyishumi nane, namakamela ayizinkulungwane eziyisithupha, namabhangqa ayinkulungwane ezinkomo, nezimbongolo eziyinkulungwane.
Ngokuba uJehova uyathokoza ngabantu bakhe; Uyohlobisa abathobekileyo ngensindiso.
Uzangitshengisa indlela yokuphila; phambi kobuso Bakho kugcwele intokozo; ngakwesokunene sakho kukhona okuthokozisayo kuze kube phakade.
Ngakho-ke lungisani izindlela zenu nezenzo zenu, nilalele izwi likaJehova uNkulunkulu wenu; uJehova uzozisola ngobubi akukhulume ngani.
Kodwa ngabayala le nto ngathi: Lalelani izwi lami, futhi ngizoba nguNkulunkulu wenu, futhi niyoba ngabantu bami; nihambe ngezindlela zonke enginiyale ngazo, ukuze kube kuhle kini.
Kepha makabongwe uNkulunkulu, ngokuba naniyizigqila zesono, nalalela ngokusuka enhliziyweni leyo ndlela yesifundiso enanikelwa ngayo.
Lapho usekuhluphekeni, zonke lezi zinto zikwehlela, ekupheleni kwezinsuku, uma uphendukela kuJehova uNkulunkulu wakho, ulalele izwi lakhe;
Ngokuba ukuqeqesha umzimba kusiza kancane, kepha ukumesaba uNkulunkulu kusiza ezintweni zonke, kunesithembiso salokhukuphila, nalokho okuzayo.
Ngokukholwa u-Abrahama walalela ebizwa ukuba aphume, aye endaweni abezakuyamukeliswa ibe yifa; waphuma engazi lapho eya khona.
Niphile ubumnandi emhlabeni, nizitika; nondlile izinhliziyo zenu njengasosukwini lokuhlaba.
Ngalokho elizikhazimulise ngakhona, lazithokozisa, mnikeni ukuhlushwa nokudabuka okungaka, ngokuba lithi enhliziyweni yalo: ‘Ngihlezi ngiyindlovukazi, angisuye umfelokazi, futhi angiyikubona ukudabuka.’