Amanga akho kufanele athulise abantu na? uma uklolodela, akakho oyakuhlazisa na?
UJobe 34:8 - Contemporary Zulu Bible 2024 abahamba nabenzi bokubi, bahambe nababi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE ohamba ngokwazana nabenza okubi, ahambisane nabantu ababi, na? IsiZulu 2020 ohamba engumshungu nezikhohlakali, ahambe nababi na? |
Amanga akho kufanele athulise abantu na? uma uklolodela, akakho oyakuhlazisa na?
Kepha wathi kuye: “Ukhuluma njengokukhuluma kwabesifazane abayiziwula.” Ini? siyakwamukela okuhle esandleni sikaNkulunkulu, singamukeli okubi na? Kukho konke lokhu uJobe akonanga ngomlomo wakhe.
Ubusisiwe umuntu ongahambi ngeziluleko zababi, ongemi endleleni yezoni, ongahlali esihlalweni sobukhosi sabaklolodayo.