Abacibishelayo bangihaqile; uyaqhekeza izinso zami, akahawukeli; Ukhafulela inyongo yami phansi.
UJobe 34:6 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kufanele ngiqambe amanga ngiphikisa ilungelo lami na? isilonda sami asinakuphulukiswa, singenasiphambeko. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Phezu kokwahlulelwa kwami ngishaywa onamanga; inxeba lami alinakupholiswa, noma ngingenasiphambeko.’ IsiZulu 2020 Noma ngiqinisile kepha ngithathwa njengonamanga, inxeba lami alipholi, nakuba ngingenzanga siphambeko.’ |
Abacibishelayo bangihaqile; uyaqhekeza izinso zami, akahawukeli; Ukhafulela inyongo yami phansi.
Ngokuba imicibisholo kaSomandla iphakathi kwami, okuphuza umoya wami okubuhlungu; izesabiso zikaNkulunkulu zingihlelele.
Kungani ubuhlungu bami buhlala njalo, nenxeba lami lingelapheki, lenqaba ukuphulukiswa, na? uzakuba njengomqambimanga ngokupheleleyo nanjengamanzi axakileyo kimi?