UJobe 34:5 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngokuba uJobe wathi: “Ngilungile, kepha uNkulunkulu uthathe ukulunga kwami.” IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngokuba uJobe uthe: ‘Ngilungile; uNkulunkulu ususile ukwahlulelwa kwami. IsiZulu 2020 Ngokuba uJobe uthe: ‘Ngilungile, kodwa uNkulunkulu ungephuce ilungelo lami. |
Kungabi ngokungabi nabulungisa ezandleni zami; umkhuleko wami nawo uhlanzekile.
Bheka, ngiyakhala ngokungabi nabulungisa, kepha kangizwakali; Ngimemeza kakhulu, kodwa akukho ukwahlulela.
Kuphila kukaNkulunkulu osusile ukwahlulela kwami; noSomandla owakhathaza umphefumulo wami;
Lawo madoda amathathu ayeseyeka ukumphendula uJobe, ngokuba wayelungile emehlweni akhe.
UNkulunkulu uphendukezela ukwahlulela na? uSomandla uyawuphendukezela yini umthetho na?
Usholoni, Jakobe, uthi, Israyeli: Indlela yami isithekile kuJehova, nokulunga kwami kudlulile kuNkulunkulu wami?