Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UJobe 34:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

Ngoba indlebe iyahlola amazwi, njengomlomo unambitha ukudla.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Ngokuba indlebe iyavivinya amazwi, njengokuba ulwanga luzwa ukudla.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Ngokuba indlebe iyawahlunga amazwi, njengalokhu ulwanga lunambitha ukudla.

Uka jalj uñjjattʼäta



UJobe 34:3
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Indlebe ayiwavivinyi yini amazwi? umlomo unambitha inyama yawo?


Futhi angizange ngivumele umlomo wami ukuba one ngokufisa isiqalekiso phezu komphefumulo wakhe.


Bheka, manje sengiwuvulile umlomo wami, nolimi lwami lukhuluma emlonyeni wami.


Yizwani amazwi ami nina zihlakaniphi! futhi ngilaleleni nina eninolwazi.


Masizikhethele ukwahlulela, sazi phakathi kwethu okuhle.


Kukhona ububi olimini lwami na? Ukunambitha kwami akukwazi ukwahlukanisa okuphambene na?


Kepha ongowomoya uhlola zonke izinto, kepha yena akahlolwa ngumuntu.


Kodwa ukudla okuqinileyo kungokwabakhulileyo, labo abathi ngokujwayela ukuzwisisa, sebekufundise ukuhlukanisa okuhle lokubi.