Osesandleni sakhe umphefumulo wezidalwa zonke eziphilayo kanye lomoya wabo bonke abantu.
UJobe 34:14 - Contemporary Zulu Bible 2024 Uma ebeka inhliziyo yakhe kumuntu, azibuthele kuye umoya wakhe nomoya wakhe; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Uma ebeyakuzibheka yena, azibuyisele umoya wakhe nomphefumulo wakhe, IsiZulu 2020 Uma ebeyakuzibheka Yena, azibuyisele umoya wakhe nomphefumulo wakhe, |
Osesandleni sakhe umphefumulo wezidalwa zonke eziphilayo kanye lomoya wabo bonke abantu.
Uhlakaniphile ngenhliziyo, unamandla emandleni; ngubani owazenza lukhuni kuye, waba nempumelelo?
Uyasitheza ubuso bakho, bayathuthumela; Uyawususa umoya wazo, ziyafa, zibuyele othulini lwazo.
Khona uthuli luyobuyela emhlabathini njengoba lwalunjalo, futhi umoya uyobuyela kuNkulunkulu owawunikayo.
Bayobuthelwa njengokubuthelwa kweziboshwa egodini, bavalelwe etilongweni, bavakashelwe emva kwezinsuku eziningi.