Makube kude nawe ukwenza kanjalo, ukubulala olungileyo kanye nomubi, nokuba olungileyo abe njengomubi, okude nawe; umahluleli womhlaba wonke akayikwenza ubulungisa na?
UJobe 34:12 - Contemporary Zulu Bible 2024 Yebo, uNkulunkulu ngeke enze okubi, futhi uMninimandla onke ngeke aphendukezele isahlulelo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Impela uNkulunkulu akenzi okubi; uSomandla kahlanekezeli ukwahlulela. IsiZulu 2020 Impela uNkulunkulu akakwenzi okubi, uSomandla akabuhlanekezeli ubulungiswa. |
Makube kude nawe ukwenza kanjalo, ukubulala olungileyo kanye nomubi, nokuba olungileyo abe njengomubi, okude nawe; umahluleli womhlaba wonke akayikwenza ubulungisa na?
Ngakho-ke ngilaleleni nina madoda anokuqonda! Kukude noNkulunkulu ukuthi ubengenza ububi; nokaSomandla, ukuba enze okubi.
UNkulunkulu uphendukezela ukwahlulela na? uSomandla uyawuphendukezela yini umthetho na?