Lawo madoda amathathu ayeseyeka ukumphendula uJobe, ngokuba wayelungile emehlweni akhe.
UJobe 33:8 - Contemporary Zulu Bible 2024 Yebo, ukhulume ezindlebeni zami, ngezwa izwi lamazwi akho ngathi: IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Impela wakhuluma ezindlebeni zami, ngezwa izwi lokukhuluma kwakho ukuthi: IsiZulu 2020 “Impela ukhulumile, ngizizwela ngezami izindlebe, ngawezwa amazwi owashilo. |
Lawo madoda amathathu ayeseyeka ukumphendula uJobe, ngokuba wayelungile emehlweni akhe.
Lwavutha ulaka luka-Elihu, indodana kaBarageli, umBushi, owesizwe sikaRamu; ulaka lwakhe lwamvuthela uJobe, ngokuba wayezilungisile kunoNkulunkulu.
Ngokuba benze ububi kwa-Israyeli, baphinga nabafazi babakhelwane babo, bakhuluma amazwi amanga egameni lami engingabayalanga ngawo; nami ngiyakwazi, ngingufakazi,” usho uJehova.
Khona-ke kumelwe ubuze futhi uphenye futhi ubuze ngokukhuthala; futhi bheka, uma kuyiqiniso futhi indaba iqinisekile, isinengiso esinjalo senziwe phakathi kwenu;