Umuntu ohlakaniphileyo angakhuluma ukwazi okuyize, agcwalise isisu sakhe ngomoya wasempumalanga, na?
UJobe 33:3 - Contemporary Zulu Bible 2024 Amazwi ami ayakuba ngobuqotho benhliziyo yami, nezindebe zami ziyokhuluma kahle ulwazi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Amazwi ami avela enhliziyweni yami eqotho; okwaziwa yizindebe zami ziyakukhuluma ngesiminya. IsiZulu 2020 Amazwi ami aveza ubuqotho benhliziyo yami, lokho izindebe zami ezikwaziyo, zikukhuluma ngeqiniso. |
Umuntu ohlakaniphileyo angakhuluma ukwazi okuyize, agcwalise isisu sakhe ngomoya wasempumalanga, na?
Ngokuba angikwazi ukubiza amagama athophayo; ukuze umenzi wami angisuse masinyane.
Ulimi lwabahlakaniphileyo lusebenzisa ulwazi ngokufanele, kodwa umlomo weziwula uthulula ubuwula.
Izindebe zabahlakaniphileyo zisakaza ukwazi, kepha inhliziyo yeziwula ayikwenzi lokho.
Kukhona igolide namarubi amaningi, kepha izindebe zolwazi ziwumhlobiso oyigugu.